Kuboshwe abashayeli abangu-48 ngempelasonto eW Cape

2018-04-30 11:01

Cape Town - Kuboshwe abashayeli abangu-48 ngempelasonto ngokushayela bephuze amanzi amponjwana, kwaphinde kwaboshwa nabanye ababili ngokushayela ngesivinini esiphezulu ngayo impelasonto eWestern Cape.

Kukhishwe amathikithi emali engu-R270 000.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abashayeli abebecwile kwezikaFaro eGoli

Okwamanje kusashone abantu abahlanu engozini yomgwaqo kusukela ekuqaleni kwempelasonto ende.

Okhulumela amaphoyisa eWestern Cape uChief Kenny Africa uthe: "Umshayeli obecwile kakhulu ezinkambini zikaFaro ngowaseMossel Bay.


 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.