Kuboshwe abasolwa ababili ngezigameko zokudutshulwa kwabantu

2017-07-26 12:33

Johannesburg – Kuboshwe abasolwa ababili kulandela izigameko zokudubulana ezenzeke eBishop Lavis.

Abasolwa batholakale nezibhamu ezingekho emthethweni.

Bayisithupha abantu asebebulewe kwalimala abangu-12 ezigamekweni zokudubulana ezinsukwini eziyishumi ezedlule.

OLUNYE UDABA: Kushone 7 wabantu kuqubuka umlilo eKapa

Kusolwa ukuthi lezi zigameko zokudubulana zihlobene nodlame lwamaqembu ezigebengu oluqhubekayo endaweni.

Amaphoyisa asengeze isibalo samalungu awo endaweni ukuqapha isimi kulandela udlame lwakamuva.

UGraham Lindhorst weCommunity Policing Forum endaweni, uthe isimo sishubile kakhulu kule ndawo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.