Kuboshwe abasolwa abane ngesokuphanga isitolo sobucwebe

2017-01-23 13:00

Johannesburg – Kuboshwe abesilisa abane ngezinsolo zokuphanga isitolo sobucwebe eVaal Mall eVanderbijlpark, kusho amaphoyisa.

Amaphoyisa athi izigebengu zingene esitolo sase-American Swiss enxanxatheleni yezitolo ngeSonto ebusuku, zeba ubucwebe obungabiza ngaphezu kuka-R600 000.

Omunye wabasolwa udutshulwe ngonogada walimala kulesi sigameko, kanti kumanje uyelulama esibhedlela eSebogeng ngaphansi kweso elibukhali lamaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Kuqhume induku bejabulela uShenge

Amaphoyisa akwazile ukuthola yonke impahla ebiyebiwe esitolo.

Okhulumela amaphoyisa uKay Makhubele uthe: “Abanye abasolwa abathathu bavalelwe esiteshini samaphoyisa eVanderbjilpark.

"Sithanda ukusho ukuthi izigebengu kumele ziqaphele ngoba isikhathi samaholidi asikapheli kithina. Sisaqhubeka nokulwisana nobugebengu.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.