kuboshwe abasolwa ngokubulawa kowe-ANC eKZN

2016-08-02 20:10

Durban – Kuboshwe abasolwa ababili  ngokubulawa kowayegaqele esokuba yikhansela le-ANC, uKhanyisile Ngobese-Sibisi KwaZulu-Natal.

Bobabili abasolwa batholakale nezibhamu ezinhlanu, okubalwa kuzona nezibhamu ezimbili ezinkulu kanye nezinhlamvu.

Esinye sezibhamu ezinkulu kukholakala ukuthi yileso esasetshenziswa ukubulala uNgobese-Sibisi.

Funda nalolu daba: UMalema uthi i-ANC iyakopela, iyizilima

UKhanyisile wadutshulwa wabulawa eLadysmith ngeMandela Day.

Omunye wabasolwa umataniswa nokubulawa kukasomatekisi eWeened, ngaphandle kwaseLadysmith.

Abasolwa kulindeleke bavele enkantolo ngoLwesine.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.