Kuboshwe abathathu ngezinsolo zokunukubeza ngokocansi abesifazane

2017-05-29 15:59

New Delhi - Amaphoyisa aseNdiya asebophe amadoda amathathu ngezinsolo zokunukubeza ngokocansi amantombazane amabili kanye nabangani bawo ase efaka i-video yesigameko ezinkundleni zokuxhumana.

Akucaci ukuthi le video iqoshwe kuphi kodwa indawo okwenzeke kuso isigameko kuthiwa ikwisiFunda saseRampur, enyakatho yeNdiya e-Uttar Pradesh.

Iphoyisa elikhulume nabezindaba iBBC lathi amaphoyisa asazama ukuthola abanye abasolwa.

OLUNYE UDABA: Kushone abangu-26 kuhlaselwa ibhasi ebelithwele amakholwa

Leli phoyisa liqhube ngokuthi icala livulwe ngemuva kokuba kusabalale i-video yesigameko ezinkundleni zokuxhumana.

URahul Srivastava, okhulumela amaphoyisa uthe amaphoyisa anethemba lokuba bazoboshwa kungekudala laba nabanye abasolwa.

Kubonakala amadoda amane ehlukumeza abantu besifazane kule video kanti amanye amadoda angu-9 wona abebukele.

La madoda ayaqhubeka nokunukubeza izisulu ephinde egigitheka.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter        

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.