Kuboshwe abatholakale namakhebuli nezidakamizwa

2016-07-22 16:04

Johannesburg – Amaphoyisa kaMasipala waseTshwane aqinisekise ukuthi abophe abasolwa abayisikhombisa eHammanskraal, enyakatho nePiltoli, ngemuva kokutholakala nezidakamizwa namakhebuli.

Okhulumela amaphoyisa aseTshwane u-Isaac Mahamba uthe bonke laba baboshwe ngoLwesine, kubika i-ANA.

Uthi abanye baboshwe ngemuva kokuthi amaphoyisa elunywe indlebe ngabadayisa izidakamizwa eTemba, eHammanskraal.

OLUNYE UDABA: Uzovela enkantolo obanjwe nezidakamizwa

Sibophe amadoda amabili esiwathole namasaka ensangu ayisithupha,” kusho uMahamba.

Umsolwa wesithathu ungowesifazane, kanti uboshwe komunye umuzi ngemuva kokutholakala nensangu.

Abanye abasolwa abane baboshwe ngemuva kokutholakala namakhebuli ebiwe, esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.