Kuboshwe abatholakale nesibhamu nezinhlamvu

2017-09-19 12:32

Cape Town – Kuboshwe abantu ababili abatholakale nesibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu eManenberg.

Amaphoyisa kamasipala abesebenza kule ndawo ngoLwesibili ekuseni ngesikhathi ebopha abasolwa.

Okhulumela amaphoyisa uZelda Martin uthi: "Amaphoyisa abajahile abasolwa abathola becashile. Kuthe uma beseshwa abasolwa, amaphoyisa athola isibhamu se-9mm nezinhlamvu ezingu-50. Abasolwa bagcinwe esiteshini samaphoyisa eManenberg.”

OLUNYE UDABA: Kushone odlwengule isitabane, wathi ufuna ukusimithisa

Ikomidi lamaphoyisa ePhalamende lisanda kucela amaphoyisa ukuba enze okusemandleni ukuthola izibhamu ezingekho emthethweni.

Ikomidi lathi izibhamu ezebiwe yizona ezisetshenziselwa ukuphanga nokubanjwa kwenkuzni izimoto ezithwala imali. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.