Kuboshwe abayisithupha eMpangeni behamba nge-Nissan 1400

2016-11-13 19:01

eMpangeni - Ibamba leKhomishana yamaphoyisa kwaZulu-Natal lincome ukusebenza ngokuzikhandla kwamaphoyisa ekuvaleleni izigilamkhuba.

"Sikhulu kakhulu isibalo sezibhamu ezingekho emthethweni ezitholakale ezandleni zemigulukundu nokuyinto ebonisa ukuzimisela kwamaphoyisa ekuqedeni izikhali ezingekho emthethwini kulesi sifundazwe," kusho uJenene uBheki Langa.

Lo Jenene usho lokhu kulandela ukuboshwa kwamadoda ayisithupha kwisivimbagwaqo ebesibanjelwe kumgwaqo omkhulu uJohn Ross eMpangeni.

Amaphoyisa avimbe imoto yohlobo lweNissan 1400 ebelisolisa.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe amaphoyisa ngezokushushumbisa izidakamizwa

Ngesikhathi kuseshwa le moto kanye nalawa madoda kutholakale izibhamu ezimbili ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu ezingu-17.

Lezi zibhamu zisayohlolwa ukubona ukuthi abukho ubugebengu obuke benziwa ngazo.

lamadoda aboshiwe aseminyakeni ephakathi kuka-25 no-42 kanti azogcinwa ezitokisini aze evele phambi kweMantshi yaseRichards Bay ngomhlaka 18 kwephezulu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.