Kuboshwe abelungu abane 'ngokushaya' umuntu omnyama eKZN

2017-08-05 12:53

Cape Town – Amaphoyisa abophe abasolwa abane abashaye baphinde bakhomba ngesibhamu owesilisa eKFC ePretoria ngoLwesine ebusuku.

Abanye abasolwa ababili kuthiwa basekubhaceni.

I-video yesigameko isabalale ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokuba ifakwe ku-internet.

Le video eshaqisayo, okwabelwane ngayo kakhulu ezinkundleni zokuxhumana ngoLwesihlanu ekuseni, iveza abelungu besilisa beshaya umuntu omnyama kwi-drive-thru yaseKFC.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa ahlenge ebebenziwa izigqila zocansi

Owesifazane kule video uzwakala ememezela ebuza ukuthi, “uzongishaya? Uzongishaya na?”

Abesilisa, okungabelungu, bezwakala bememeza bethi “p**s”,  “f**k off”.

Ngokuhamba kwesikhathi owesifazane, omnyama ngokwebala, uzwakala ememeza ecela ukuba bangamshayi umyeni wakhe. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.