Kuboshwe amadoda amabili atholwe nekhanda lowesifazane

2016-07-11 08:30

Johannesburg - Kuboshwe amadoda amabili ngemuva kokutholakala kwekhanda lomuntu wesifazane ligoqwe ngephephandaba ngeSonto, kusho amaphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa aseLimpopo uColonel Ronel Otto uthe amaphoyisa ancinzwe indlebe ngabasolwa abadayisa izicubu zomzimba womuntu.

OLUNYE UDABA: Kutholakale izicubu zomzimba zintanta emanzini

"Amaphoyisa alandele umkhondo amisa imoto kuMarket Street eduzane naserenki yamatekisi. Ngemuva kokusesha imoto amaphoyisa athole ikhanda lomuntu wesifazane ligoqwe ngephephandaba."

U-Otto uphinde wathi lo wesifazane ubengakahlonzwa.

Abasolwa basazophekwa ngemibuzo, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter            

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.