Kuboshwe amakhulu amatekisi angekho esimweni sokusebenza eSoweto

2016-05-20 12:31

Johannesburg – Amaphoyisa omgwaqo eGoli avale imigwaqo kungalindele muntu kwaboshwa nenqwaba yamatekisi ngohlelo lwabo lwesiqubulo esithi, “kungumthetho”.

Ngokwemibiko ye-African News Agency, amatekisi angu-300 aboshelwe ukusebenza engekho ezingeli lokuhamba emgwaqeni. Kuboshwe nabashayeli abangu-20.

Isivimba mgwaqo senzelwe kwiSoweto Highway ngakumgwaqo uMentz eBooysens lapho amaphoyisa athole izimoto eziningi ezingafanelekile ukuba semgwaqeni.

OLUNYE UDABA:Kutholakale amatekisi ebiwe esontweni

Okhulumela amaphoyisa omgwaqo uWayne Minnar uthe bathole nezinye izimoto ezinamaphepha angekho emthethweni.

“Sicela bonke abashayeli bezimoto babambisane nathi futhi sicela nabagibeli bamatekisi basibekezelele ngoba lo msebenzi sewenzela bona, ngokunciphisa izimoto eziyingozi nezingekho emthethweni,”kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.