Kuboshwe amalunga eNFP ebhikisha eBergville

2016-07-06 20:32

Bergville – Amalunga e-NFP asuse uthuthuva ebhikisha ngaphandle kwamahhovisi kamasipala wasoKhahlamba, kubika i-African News Agency.

Lama lunga ale nhlangano athi aweneme ngokukhishwa kweqembu labo ekumeleni ukhetho lomasipala oluzoba ngomhlaka 3 kuNcwaba.

“Kumele basivumele singene, nathi sifuna ukuvota,”kusho omunye oyilunga lale nhlangano.

Amaphoyisa aseBergville kanye nophiko lwe-K9 lwaseLadysmith babophe abantu abambalwa eWembezi kanye nase-Escort. Lama phoyisa akwazile ukuhlakaza iqoqo labantu abebebhikisha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.