Kuboshwe amalungu oKlebe 'ngokugwazelwa'

2016-12-17 11:07

Johannesburg - Kuboshwe amalungu amabili oKlebe ngoLwesihlanu ngezinsolo zokugwazelwa.

Amaphoyisa amaphoyisa amabili asolwa ngokufuna ukukhokhelwa imali engu-R100 000 ukuze ezokwesula icala.

Abasolwa bangaphansi kophiko loKlebe eGauteng, uSergeant Sithembo Dlamini,54, noCaptain Saul Mdletshe, kanti basolwa ngokukhokhelwa u-R100 000 ngabasolwa abababoshwa ngecala lenkohlakalo eBrackendowns, eKurhuleni.

OLUNYE UDABA

Amaphoyisa kuthiwa amukela imali engalinganiselwa ku-R10 000 kubasolwa ababili.

Kuphinde kwaboshwa ummeli womsolwa, uStephens Mangolela,46, ngokusebenzisana namaphoyisa amabili ekwenzeni isivumelwano senkohlakalo.

“Laba bavele eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge ngoMsombuluko kanti badedelwe ngebheyili ngaphambi kokuba icala labo lihlehliselwe umhlaka 9 Juni ukuze kuqhutshwe uphenyo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.