Kuboshwe amaphoyisa amabili embhikishweni eN Cape

2018-04-30 16:00

Kimberly - Kuboshwe amaphoyisa amabili esemsebenzini eHartswater ngeSonto ngemuva kwezinsolo zokutholakala namaselula ebiwe, kusho amaphoyisa aseNorthern Cape.

La maselula kwabikwa ukuthi ebiwe esitolo sefenisha endaweni.

La maselula nenye impahla, okubalwa kuyo amathelevishini nenye impahla esebenza ngogesi, ebiwa ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho wezidingo zomphakathi lapho okwatasthwa khona impahla, kusho okhulumela amaphoyisa u-Olebogeng Tawana.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe amaphoyisa amathathu eFree State

Laba bobabili, oneminyaka engu-34 noneminyaka engu-37 ubudala,  nabo "babeyingxenye yamalungu omphakathi eyayitapa impahla ezitolo zendawo" eHartswater nasePampierstad.

Ukuboshwa kwala maphoyisa kuza ngemuva kokuba amaphoyisa ngezihlalo zawo ezahlukene elandele imikhondo ebandakanya laba bobabnili ebugebengwini, kusho uTawana.

Udaba lwadluliselwa emaphoyiseni ophiko lwe-Independent Police Investigative Directorate (Ipid)ukuze ezoqhubeka nophenyo.

Kusalindeleke ukuba kuboshwe abanye abantu kanti uphenyo lusaqhubeka, kusho uTawana.


 - African News Agency

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.