Kuboshwe amaphoyisa amathathu eFree State

2018-02-08 09:30

Bloemfontein – Kuboshwe abasolwa abayishumi, kanti abathathu kubo bangamaphoyisa, ngamacala okudayisa iziqhumane ezisetshenziswa uma kuhlaselwa izimoto zemali.

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalula ngoLwesithathu uncome uphiko loKlebe eGauteng kanye nophiko oluphenya amacala enziwa ngamaphoyisa ngalo msebenzi obe yimpumelelo.

Laba abayishumi babanjwe eThabong, Odendaalsrus, Virginia naseTheunissen, eFree State.

Lawa maphoyisa ase abanjwe wuphiko lwe-IPID okuyiwona abephelezela abasolwa.

OLUNYE UDABA:  ISITHOMBE: Amaphoyisa acela ukufuniswa uzakwabo olahlekile eGingindlovu

UMbalula uthe umjikelezo wesibili wophenyo uzobheka umsoka walezi ziqhumane kanye namanye amacala abathinteka kuwona abasolwa.

"Sivala bonke opotsho bezigebengu. Amaphoyisa asebenza ngaphansi kwamayunithi akhethekile njengoKlebe ne-IPID asebenza ngokuzikhandla ukuqedwa ubugebengu emphakathini,"kusho uMbalula.

Uqhubeke wathi uyajabula ngoba lokhu kuqeda wonke amaphoyisa abolile angawufanele lo mbutho.

"

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.