Kuboshwe amaphoyisa angu-70 ngawenkohlakalo nokukhwabanisa

2017-01-23 18:04

Johannesburg - Kumiswe amanye amaphoyisa angu-70 ezikhungweni zokuhlolelwa ukushayela eGoli kulandela ukukhishwa kombiko wokukhwabanisa nenkohlakalo.

Ilungu lekomidi lezokuPhepha koMphakathi, uMichael Sun, licele amalungu omphakathi afuna ukuvuselela izincwadi zokushayela ukuba abekezele njengoba izikhungu eziningi zishodelwa abasebenzi.

OLUNYE UDABA: Umthetho omusha wokuthola izincwadi zokushayela

"Kuzohamba kancane ukusebenza kuzo zonke izikhungo okuhlolelwa kuzo ukushayela eGoli, okubalwa esaseMidrand, eRandburg, eMarlboro, eRoodepport, eLanglaagte naseMartindale.

"Yize kunjalo kuzoqashwa abantu abazobamba itoho ukugcwalisa izikhala ngokushesha."

 - The Star

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.