Kuboshwe amaphoyisa omgwaqo angu-11 ngawenkohlakalo

2018-01-31 18:01

Mokopane - Kuboshwe amaphoyisa omgwaqo angu-11 ngezinsolo zokukhwabanisa eMokopane, kusho abeRoad Traffic Management Corporation ngoLwesibili.

Isikhulumi, uSimon Zwane, sithe abeRoad Traffic Management Corporation’s National Traffic Anti-Corruption Unit namaphoyisa ophiko loKlebe babophe la maphoyisa emkhankasweni wabo wokulwa nesihlava sokugwazelwa nokukhwabanisa okukhona emaphoyiseni omgwaqo.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe amaphoyisa ngezinsolo zokugwazelwa

"Amaphoyisa aboshiwe aneminyaka ephakathi kwengu-32 nengu-54 ubudala kanti aboshwe kulandela uphenyo olunzulu ngezinsolo zokwamukela intshontsho nokungaziphathi kahle emaphoyiseni esifundazwe.

"Isibalo sokuboshwa kwamaphoyisa omgwaqo esifundazweni sesimi ku-33 kusukela ngoDosemba 2017."

La maphoyisa kulindeleke ukuba avele namuhla (ngoLwesithathu) eNkantolo yeMantshi yaseMokopane ngamacala okukhwabanisa.

"Uphenyo luyaqhubeka kanti kulindeleke ukuba kuqhubeke ukuboshwa kwabantu," kusho uZwane.




 - African News Agency

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.