Kuboshwe indoda, 33, ngokudlwengula ingane, 4, eGoli

2018-04-30 13:59

Johannesburg - Kuboshwe indoda ngezinsolo zokudlwengula ingane yentombazane eneminyaka engu-4 ubudala maphakathi nedolobha iGoli.

Amaphoyisa athi le ntombazanyana kuzwakale ukuthi iyengelwe emahlathini yindoda eneminyaka engu-33 ubudala ngeSonto lapho eyayidlwengulela khona.

Kukholakala ukuthi le ngane ibivakashele ugogo wayo ngesikhathi sesigameko.

OLUNYE UDABA:Kudlwengulwe ingane, 4, esibhedlela eKZN

Owamaphoyisa uXoli Mbhele uthe amaphoyisa akwazi ukuthola umsolwa ngosizo lwamalungu omphakathi.

"Le ngane iphuthunyiswe esibhedlela, odokotela bakuqinisekisa ukuthi idlwenguliwe kwabe sekubikelwa amaphoyisa ukuthi indoda ethengele le ngane ijusi iyidlwengulile. 

"Isigameko siyaphenywa kanti umsolwa kulindeleke ukuba avele maduze eNkantolo yeMantshi yaseGoli."

Umsolwa kulindeleke ukuba avele namuhla enkantolo yeMantshi yaseGoli.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.