Kuboshwe indoda kulandela ukutholakala kwezidumbu zezingane ezimbili

2016-08-09 12:01

Johannesburg - Amaphjoyisa asebophe indoda ngecala lokubulala eGermiston kulandela ukutholakala kwezidumbu zezingane ezimbili ebhilidini elingasasetshenziswa, kusho okhulumela amaphoyisa uColonel Noxolo Kweza ngoLwesibili.

Kwabikwa ngeSonto ngokuduka kwengane yentombazane nomfana - bobabili baneminyaka engu-8 ubudala, kusho uKweza.

OLUNYE UDABA: Sekuze kwaguga isichathulo befuna kumbiwe isidumbu

Ngosizo lomphakathi izidumbu zitholwe ebhilidini elingasasetshenziswa ngoMsombuluko ntambama.

UKweza uthe kuboshwe indoda eneminyaka engu-40 ubudala kanti ibhekene namacala okubulala.

Imininingwane ngokunyamalala nokubulawa kwalezi zingane ibingakatholakali.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.