Kuboshwe indoda ngelezidakamizwa zika-R850k

2018-01-12 07:30

Cape Town - Kuboshwe indoda eneminyaka engu-21 ubudala ngezinsolo zokudayisa izidakamizwa ngesikhathi amaphoyisa eqhuba umsebenzi wawo ngemizamo yokunciphisa ubugebengu eRuyterwacht, e-Elsies River.

Amaphoyisa ngoLwesibili athe ngesikhathi esesha athole izinkulungane zamaphilisi iMandrax emali elinganiselwe kwizigidi zamaradi.

"Ngezithuba zabo 17:00, amaphoyisa aseshe umuzi oseCarnavon Street, kulandela uphenyo olunzulu ngezinto ezingekho emthethweni ezenzeka kule ndawo.

OLUNYE UDABA:Zimkhalele obedayisa izidakamizwa esibhedlela

"Kutholakale amaphilisi ohlobo lweMandrax angu-17 000 abalelwa emalini engu-R850 000," kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Andre Traut.

Umsolwa ubhekene necala lokudayisa izidakamizwa kanti kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseGoodwood ngoLwesihlanu.

Amaphoyisa athe kungase kuboshwe nabanye abasolwa.

– African News Agency (ANA)

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.