Kuboshwe indoda ngezinsolo zokubulala unkosikazi

2017-08-02 14:00

Dutywa – Uboshelwe icala lokubulala umyeni wowesifazane otholwe eshonile enamanxeba okugwazwa emzini wakhe oseDutywa ngoLwesithathu ekuseni, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

Amaphoyisa abizelwe emzini walezi zithandani oseMpuku, eChizela, ekuseni ngemuva kokuba umsolwa eshayele umfowabo ucingo emtshela ngosekwenzekile, kusho uCaptain Jackson Manatha.

OLUNYE UDABA:Owesilisa 'ubulale' unkosikazi ngoba ubemhleka engasaqedi

"Umfowabo kamsolwa ube esesishayela ucingo, amalungu athola unkosikazi esendlini. Ubenenqwaba yamanxeba okugwazwa emzimbeni," usho njalo.

Lezi zithandani zinengane eneminyaka emithathu ubudala, ebisendlini ngesikhathi kwenzeka lesi sigameko sokubulala. Kukholakala ukuthi ingane ibilele ngesikhathi kubulawa unina.

Umsolwa, 28, kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseDutywa ngoLwesihlanu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.