Kuboshwe indoda ngokubulawa kwentombazane eKapa

2017-12-30 10:00

Cape Town - Kuboshwe indoda eneminyaka engu-21 ubudala ngokubulawa kwa-Ismah Hill waseKalksteenfontein ngesihluku ngoKhisimusi.

UHill, 19, wahudulwa, ikhanda lakhe limbozwe ngoplastiki, edutshuliwe isidumbu sakhe silahlwe egcekeni kamakhelwane.

NgoLwsine, umndeni kaHill uzwakalise ukukhululekwa kwawo ngokuboshwa komsolwa njengoba babeka indodakazi endaweni yayo yokugcona ngendlela yamaSulimane.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe indoda ngokutholakala kwesidumbu sowesifazane nendodakazi

Isihlobo sitshele abnezindaba kuleli sonto ukuthi bebekholwa wukuthi ngowayeyisoka lendodakazi, okusolwa ukuthi liyingxenye yeqembu lezigebengu ama-American, yilo elimbulele.

UHill wayehlezi nabangani bakhe bezijabulele ngesikhathi edonswa ephathini yaKhisimusi.

Isidumbu skahe satholwa egcekeni lakamakhelwane kuHydrangae Street, eKalksteenfontein, ngoLwesibili (26 Disemba) ekuseni ngovivi.

Wayembozwe ngoplastiki ekhanda futhi edutshuliwe.

Umndeni wakhe ukholwa wukuthi waphuka umlenze futhi wadlwengulwa.

NgoLwesine, okhulumela amaphoyisa uCaptain FC van Wyk, uqinisekise ukuboshwa kwendoda, 21, ngecala lokubulala nokuthi uzovela ngesonto elizayo enkantolo.

 - Daily Voice

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.