Kuboshwe indodana ngecala lokubulala uyise eGoli

2017-07-25 11:03

Boksburg - Umfana oneminyaka engu-19 ubudala uboshiwe kanti ubekwe icala lokubulala ubaba wakhe eCason, eBoksburg.

“Indoda eneminyaka engu-51 ubudala kuthiwa ihlaselwe yindodana yayo emzini wayo oseCasone ngeSonto,” kusho amaphoyisa aseBoksburg.

Ngokubika kwephephandaba lomphakathi iBoksburg Advertiser amaphoyisa abizelwe kule ndawo ngeSonto ntambama ngo-5 nokuyilapho athole khona umsolwa.

OLUNYE UDABA:Ushise indodana nge-ayina ngenxa yesoka

Kuthiwa umsolwa ube nengxwabano nobaba wakhe wamhlasela wambulalela khona lapho ekhaya.

Isidumbu sisazohlolwa kahle ukuze kubonakale ukuthi lobaba ubulawe yini.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.