Kuboshwe inqwaba eFree State kula maholidi

2017-12-28 09:33

Johannesburg - Amaphoyisa aseFree State ngoLwesithathu athe bangu-1 873 abasolwa ababoshwe esifundazweni phakathi kwamhlaka-18 nomhlaka-25 Disemba.

Lokhu kuvele njengoba amaphoyisa aseGauteng wona ebophe abasolwa abangu-1 118 ngamacala ahlukene okubalwa kuwo elokubulala, ukuzama ukubulala, ukuphanga kuhlonyiwe, ukudlwengula, nokuzama ukuphanga.

Esitatimendeni, okhulumela amaphoyisa aseFree State, uMotantsi Makhele uthe kuboshwe abantu abangu-540 ngamacala okubalwa kuwo awokubulala, ukuzama ukubulala, ukudlwengula nokushaya.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abantu abangu-120 eGoli

Uthe kuboshwe abantu abangu-17 ngokuphanga, abangu-6 ngokugqekeza, abahlanu ngokugebgenga amabhizinisi, abahlanu ngokushisa. 

Abanye abangu-271 baboshelwe amacala ahlobene nawokuphula imithetho yemigwaqo, abantu abangu-187 ngokutholakala nezidakamizwa nabangu-10 ngokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni.

Ibamba likaKhomishana wamaPhoyisa uMajor General Tholie Afonso liqinisekise izakhamuzi ukuthi amaphoyisa azokwenza isinqiniseko sokuba zizizwa ziphephile futhi ziphephile.

"Sicela abantu bajabule kahle ngobusuku obandulela uNcibijane kanjalo nangonyaka omusha bakugweme ukuba izigilamkhuba noma ukuba yizisulu zobugebengu," kusho u-Afonso.

EGauteng,  ukhomishana wamaphoyisa esifundazwe uLieutenant General Deliwe De Lange uthe bangu-147 abantu ababoshelwe amacala ukutholakala nempahla eyebiwe okubalwa kuwo ukugqekeza, ukweba izimoto, nenye impahla.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.