Kuboshwe inqwaba ngokushayela iphuze utshwala eThekwini

2017-12-24 13:47

Johannesburg - Kuboshwe abantu abangaphezu kwabangu-100 ngokushayela becwile ezinkambini zikaFaro ezindaweni eziseThekwini kusukela ngesonto eledlule.

USibonelo Mchunu wamaphoyisa akwaMetro ngoMgqibelo uthe: "Njengamanje banguaphezu kwabangu-105 ngesonto eledlule. Lokhu kuthumela umyalezo kubantu ukuthi akufuneki ukushayela uphuze phuzo oludakayo. Siyathemba ukuthi abantu bazolale futhi bazoyithobela imithetho yomgwaqo.

OLUNYE UDABA:Senyukile isibalo sabashayela bephuze utshwala eMpumalanga

"Enye inkinga ukukhathala, ukuthwala impahla noma abantu abaningi emotweni kanjalo nezimoto ezingakulungele ukuhamba emgwaqeni. Sizoqiniseka ukuthi kugcwala amaphoyisa kubo bonke omasipala ukuze abantu bezoyithobela imithetho yomgwaqo ngaphambi kokuba bafike edolobheni.

UMchunu uthe kutshalwa amaphoyisa omgwaqo angaphezu kwabangu-300 emini kanti ebusuku abangaphezu kwalokho eThekwini namaphethelo ngesikhathi samaholidi.

Kulindeleke ukuba kutheleke inqwaba yabantu edolobheni emasontweni ambalwa ezayo.


- eNCA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.