Kuboshwe iphoyisa nojele ngokushayela bephuzile

2016-07-07 10:01

Cape Town - Iphoyisa nojele bachithe ubusuku esitokisini kulandela ukubanjwa kwisivimbamgwaqo beshayela bephuze uphuzo oludakayo ngempelasonto.

ULieutenant Colonel Marie Louw wamaphoyisa aseBredasdorp uthe kuboshwe abantu bomthetho ababili nabanye abantu ababili ngemoelasonto kwisivimbagwaqo ebezikhona endaweni ngempelasonto.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe iphoyisa ngecala lenkohlakalo nelezidakamizwa

"Kuboshwe abantu abane ngokushayela bephuzile, oyedwa wabo uyiphoyisa laseGenadendal kanti omunye ungujele," kusho uLouw.

Ngokusho kukaLouw iphoyisa elineminyaka engu-47 ubudala lisebenzela emaphoyiseni aseGenadendal e-Overberg kanti ujele oneminyaka engu-43 ubudala usebenzela ejele laseHelderstroom eduzane naseCaledon.

- Daily Voice

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.