Kuboshwe isalukazi ngokugebenga “onhliziyo zibuhlungu”

2016-08-10 10:01

Poland – Kuboshwe isalukazi, 80, ngokuqola nokugebenga amadoda adinga uthando ngokuwaphuzisa izidakamizwa, kubika iTimeslive.

Amaphoyisa athi lesi salukazi besilungiselela izisulu isidlo sakusihlwa bese sibafakela i-lorazepam, nokuyisidakamizwa esilalisayo.

OLUNYE UDABA:Isalukazi sibanjwe senza ucansi nomfana, 15

Kwicala lokuqala, lesi salukazi seba ubucwebe obubiza ngaphezu kwezinkulungwane ezingamashumi amabili amarand, amakhadi kanye nemali kowesilisa oneminyaka engu-78 ubudala.

Lo gogo wamema leli khehla kwakhe ukuba lizodla isidlo sakusihlwa ngesikhathi eligebenga.

“Bengingakholwa ukuthi lesi salukazi singenza into efana nalena, nanokuthi sineminyaka engu-80 ubudala,”kusho umshushisi u-Andrzej Lesniak.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.