Kuboshwe isangoma nekhasimende laso ngokubulala owesifazane, 60

2018-03-01 14:01

Nsanje - Kuboshwe isangoma nekhasimende laso endaweni yaseNsanje, eMalawi, ngezinsolo zokubulala owesifazane oneminyaka engu-60 ubudala.

Abasolwa kukholakala ukuthi babulale uFalesi Pindani, 60, ngesonto eledlule.

Amagama abasolwa ngoMamadi Useni, 62, oyisangoma nekhasimende lakhe uMelita Wilson, 30.

Okhulumela amaphoyisa aseNsanje, u-Agnes Zalakoma, utshele abezindaba iMalawi24 ukuthi uWilson wasebenzisa ucelemba ukubulala lo wesifazane.

OLUNYE UDABA:Usesitokisini obhokode unkosikazi ngommese washona

UZalakoma uthe indodana kaWilson yashona kungalindelekile wabe esecabanga ukuya esangomeni eyothola imbangela yokushona kwengane yakhe.

U-Useni watshela uWilson ukuthi uPhindani owabulala ingane yakhe.

Lesi sangoma sabe sesinika uWilson umuthi kodwa wakhetha ukubulala isisulu ngocelemba. 

Isidumbu sikaPhindani satholwa silahlwe ngaphandle komuzi wakhe ekuseni ngoMgqibelo sinamanxeba okugencwa ekhanda.

UWilson udabuka eFeremu Village, U-Useni yena owaseMasanduka Village kwisiFunda iChikwawa.

Bobabili babhekene necala lokubulala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.