Kuboshwe isishoshovu eZim

2016-07-12 12:31

Harare – kuboshwe umholi wombutho wababhikishi eZimbabwe, owaziwa nge-#ThisFlag, uMfundisi Evan Mawarire kanti kuthiwa uzothweswa icala lokugqugquzela udlame.

NgoLwesibili ekuseni uyalelwe ukuba ahlangane namaphoyisa eZimbabwe ngemuva kokucela abantu ukuba bangayi emsebenzini ngomhlaka 13 nangomhlaka 14 Julayi ngemizamo yokwenza uMengameli Robert Mugabe ukuba aqede inkohlakalo nesihluku samaphoyisa ezweni.

Funda nalolu daba: Ugxavune umyeni ngamankwahla embona elele nodadewabo

Ngaphambi kokuba kushaye u-11:00 ekuseni ngoLwesibili kufakwe i-video ku-Twitter ngokuboshwa kukaMawrire ngecala lokudala uthuthuva emphakathini.

Umyalezo okwi-video uthi: “Bantu baseZimbabwe ningayeki ukwakha izwe lenu…mhlawumbe ngeke siphinde sibonane.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.