Kuboshwe isitshudeni sase-TUT ngokuzama ukudlwengula esinye

2018-05-02 14:00

Johannesburg - Amaphoyisa aseqinisekise isigameko sokuhlaselwa kwesitshudeni sesifazane, sihlaselwa ngesinye sesilisa eTshwane University of Technology, eSoshanguve.

Kukholakala ukuthi lo wesifazane wakhonjwa ngommese waphoqwa ukuba akhumule.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe umlisa ozame ukudlwengula

Umsolwa kubikwa ukuthi wabe esezama ukubaleka endaweni yesigameko kodwa wabanjwa ngonogada basenyuvesi.

Owamaphoyisa uZanele Mtswenei uthe: "Kodwa ngenhlanhla umsolwa akazange asilimaze kakhulu isisulu njengoba ayehlosile kanti futhi naso sakwazi ukumemeza sicela usizo, kwabe sekuqhamuka ezinye izitshudeni endaweni yesigameko wabaleka kanjalo umsolwa."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.