Kuboshwe isoka ngokushona kwentombi eBrits

2016-07-11 19:03

Rustenburg – Owesimame oneminyaka engu-28 ugwazwe, kanti kusolakala ukuthi ubulawe isoka lakhe, kubika African News Agency

Okhulumela amaphoyisa uColonel Sabata Mokgwabone uthe kusolakala ukuthi lo wesimame otholakale enenxeba lokugwazwa ngeSonto ubulawe isoka elineminyaka engu-40 ubudala.”

OLUNYE UDABA:Kubhangqane izithandani zizitika ngocansi ebhishi

Lo mzimba walo wesimame utholwe amalunga omphakathi nokuyibona abashayele amaphoyisa.

Kuboshwe owesilisa ngosuku okutholakale ngalo umzimba ngophenyo olwenziwe amaphoyisa futhi uzovela enkantolo kaMantshi eBrits ngoLwesibili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.