Kuboshwe izelamani ezisebenzise obhanana ukushushumbisa imali ejele

2017-08-02 11:05

Barberton – Kuboshwe abesilisa abathathu ngokuzama ukungenisa u-R600 eBarberton Maximum Correctional Centre besebenzisa ubhanana, kusho uMnyango wezokuHlunyeleliswa kwezimilo.

Izelamani ezintathu bezivakashele isihlobo sazo ngaphakathi ejele ngoMgqibelo ngesikhathi kubonakala ziphethe ubhasikidi wezithelo ogcwele obhanana nama-aphula, kusho okhulumela uMnyango uMesia Hlungwani esitatimendeni.

Ubhasikidi, obulethelwa isiboshwa, useshiwe, kwatholakala imali igxishwe kobhanana ebebebhotshozwe kancane.

OLUNYE UDABA: Ukusondeza ukhetho yikho okuzosiza izwe uma uZuma ekhala ngaphansi - DA

"Uma ukude, bekungathi obhanana nje abangenalutho kodwa… bekunemali ebifihlwe phakathi kubhanana ngamunye,” kusho uHlungwani.

Obhanana ebebefakwe imali bebecashiswe ngaphansi kwabanye ukuze kungasolisi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.