Kuboshwe izigebengu zicashe ethoyilethi eKapa

2017-12-01 11:01

Cape Town - Akuzihambelanga kahle izigebengu ezingu-5 ebeziihleleukweba utshwala esitolo esidayisa utshwala eParow eKapa ngoLwesine.

Amaphoyisa iLaw Enforcement eKapa abikelwe ngesigameko sokuphanga izigebengu zisematasa.

Amaphoyisa akwazile ukubopha abasolwa abathathu kulesi sitolo kwathi ababili baboshelwa endaweni abebecashe kuyo.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe izigebengu ezine ngemuva kwesigameko sokudubulana namaphoyisa

"Ngomhlaka-30 Novemba 2017, amaphoyisa abesebenza eParow abikelwe ngesigameko sokuphanga ebesiqhubeka esitolo esidayisa utshwala kuVoortrekker Road eParow," kusho uWayne Dyason.

"Amaphoyisa aphuthume endaweni yesigameko afike angena esitolo. Isisebenzi sakulesi sitolo yiso esitshele amaphoyisa ukuthi izigebengu zisekhona ngaphakathi, abe esezifuna ngokushehsa kwaboshwa ezintathu ebezicashe ethoyilethi kuyo le ndawo.

"Amaphoyisa abe esebikelwa ngokuthi kukhona ezinye ezimbili ezibalekile. Amaphoyisa azifuna azithola efulethini elingumakhelwane waku le ndawo.

"Bonke abasolwa ababoshiwe bagcinwe esiteshini samaphoyisa aseParow ngelokuphanga. Kushaqwe ummese obusetshenziswa abasolwa," kusho uDyason.


 - Cape Argus

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.