Kuboshwe nephoyisa kuphangwa isitolo sotshwala

2016-08-15 10:01

Gordon's Bay - Amaphoyisa asebenze ngokushesha ngesikhathi ebizelwa kwisigameko sokuphangwa kwendawo edayisa utshwala eGordon’s Bay ngeSonto.

ULieutenant Colonel Andrè Traut okhulumela amaphoyisa uthe babizelwe kulesi sigameko ngesikhathi kucifizwa inkinobho yezimo eziphuthumayo, kubika iTimeslive.

Funda nalolu daba:Amaphoyisa amahlanu athweswe icala ngokudubula intombazane

Amaphoyisa afike athola uzakwabo oyedwa obekafake inyunifomu ephakathi esitolo namanye amadoda amathathu, kanti bonke laba bakhonjwe umnikazi wesitolo njengabasolwa abebezama ukuphanga.

“Baboshwe bonke laba basolwasa ngecala lokuphanga kanye nokuphatha izibhamu ezingekho emthethweni. Leli phoyisa lithathelwe isibhamu somsebenzi kanye nalesi esebiwe,”kusho uTraut.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.