Kuboshwe nowesifazane kwabasolwa ngokuphanga eMall

2017-01-05 07:47

Cape Town – Kuboshwe abesilisa abane kanye nowesifazane oyedwa ngoLwesithathu ngesehlakalo sokuphanga esenzeka eGugulethu Mall ngosuku olwandulela olukaNcibijane, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

Amaphoyisa athole umkhondo owaholele eZwelitsha eNyanga, lapho kuseshwe khona izindlu eziyisithupha ekuseni, kusho uCaptain FC Van Wyk.

Emzini emibili amaphoyisa athole omakhalekhukhwini abangu-8, besanamanani okumele badayiswe ngabo, yizikhama ezinemali kanye namabhokisi amawayini.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa athungatha amadoda aqhumise umshini wemali KwaMashu

Athole neNissan NP200 okubikwe ukuthi idunwe eBrown's Farm ngoDisemba.

Amaphoyisa asola ukuthi iyona eyasetshenziswa esehlakalweni sokuphanga.

Abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yase-Athlone maduzane ngecala lokuphanga nelokuduna.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.