Kuboshwe obehamba ngesivinini sika-239km/h eGauteng

2016-12-28 13:00

Johannesburg - Kuboshwe abashayeli ababili eGauteng kuleli sonto ngokuhamba ngesivinini emgwaqeni.

Amaphoyisa omgwaqo athi kubanjwe indoda eyodwa ebihamba ngesivinini esiphuzule kakhulu esingu-239km/h kengwaqeni kuthelawayeka u-R21.

Omunye umshayeli utholwe ehamba ngesivinini sika-221km/h ku-N4.

OLUNYE UDABA: Usaziwayo wodumo uboshelwe isivinini

La bashayeli bathweswe icala lokushayela ngesivinin esikhulu nokudhayela ngobudedengu.

Amaphoyisa omgwaqo athe angeke aze amelane namacala afana nalawa nokuthi kutshalwe amaphoyisa amanimngi esifundazweni azobhekana nabashayeli abahamba nesivinin.

Owamaphoyisa omgwaqo uBusaphi Nxumalo uthe labo abaphula umthetho yemigwaqo bazobhekana nengalo yomthetho.

 - EWN

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.