Kuboshwe odokotela mbumbulu eLimpopo

2017-09-15 14:00

Pretoria – Iziphathimandla zaseLimpopo zibophe odokotela mbumbulu ababili, kusho iHealth Professions Council of South Africa (HPCSA) ngoLwesihlanu.

Esitatimeneni, i-HPCSA ithe ngokubambisana namaphoyisa kazwelonke, kuboshwe odokotela ababili, uModjadji Ngobeni noHenry Haynes, kuleli sonto.

Okhulumela i-HPCSA uDaphney Chuma uthe ngoSepthemba 12, uNgobeni, osebenzela eMamaila Village, uboshwe ngemuva kokuba bencinzwe indlebe ngamalungu omphakathi mayelana nemisebenzi ayenzayo "ephambene nomthetho".

"UNgobeni uveze ukuthi usandakuphothula iziqu zobuhlengikazi kodwa ubengakabhalisi kwiSouth African Nursing Council. Ube eseboshwa ngamaphoyisa aseMamaila," kusho uChuma.

OLUNYE UDABA: Lizothethwa ngonyaka ozayo elosolwa ngokubulala intombi

"Kwesinye isigameko, naso esenzeke esifundazweni iLimpopo, ngomhlaka-13 Septhemba 2017, uHenry Haynes kanye no-Emmanuel Davel, kwatholakala ukuthi basebenza njengodokotela bengqondo ku-21 Magazyn Street eModimolle," kuqhuba uChuma.

"U-Emmanuel Davel kwatholakala ukuthi yena ungudokotela osemthethweni njengoba futhi ebhalisiwe kwi-HPCSA. Ngesikhathi kuyohlolwa lapho besebenzela khona, uHaynes watholakala elapha ingane. Ngesikhathi kubuzwa abantu ababelapho ngoHaynes, bathi badluliselwe kuyena ngodokotela babo.”

Bobabili badedelwe ngebheyili ka-R1 000 umuntu emunye, ngombandela wokuba uHaynes angaqhubeki kodwa nomsebenzi wakhe ngesikhathi kusaqhubeka uphenyo.

-ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.