Kuboshwe ona-66 ngokutholakala nemoto eyebiwe egcekeni

2016-08-12 13:35

Kagiso -Kuboshwe ikhehla elineminyaka engu-66 kulandela ukutholakala kwemoto eyebiwe egcekeni lakhe, kubika iKrugersdorp News.

Leli khehla alikwazanga ukuchazela amaphoyisa ukuthi le moto ifike kanjani egcekeni lakwakhe.

Kuthiwa le moto yohlobo lwe-VW Polo ibibandakanyeka kwisigameko sokuphanga ibhizinisi eRoodepoort.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa ikhehla epulazini e-KZN

Yize etholakale nezikhiye zemoto, leli khehla litshele amaphoyisa ukuthi imoto eyendodana yakhe engakaze ibuye ekhaya kusukela ngenyanga edlule.

Amaphoyisa alibophile leli khehla kanti kulindeleke ukuba livele phambi kweMantshi ngecala lokutholakala nemoto eyebiwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.