Kuboshwe osolwa ngokudlwengula umzala

2016-08-11 19:01

Bloemfontein – Kuboshwe owesilisa oneminyaka engu-28 ubudala ngecala lokudlwengula umzala wakhe oneminyaka engu-16 ubudala emzini wakubo oseMatlakeng, eZastron, kusho amaphoyisa aseFree State.

UThabo Mabote uvele eNkantolo yeMantshi yaseZastron ngoLwesithathu ngecala lokudlwengula, kusho uSergeant Yanga Ngcukana.

UNgcukana uthi owesilisa usolwa ngokudlwengula intombazanyana ngeSonto ebusuku.

Funda nalolu daba: Uthi usekhathele ukulalw aumphrofethi owashona

“Ngesikhathi sesigameko, udadewabo wesisulu oneminyaka engu-20 ubudala wayengekho impelasonto yonke,” usho kanje.

UMabote uzophinde avele enkantolo ngomhlaka 17 Agasti nokuyilapho kulindeleke ukuba afake khona isicelo sebheyili, aphinde afune nommeli wammahala, kusho uNgcukana.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.