Kuboshwe osolwa ngokudubula ingane, 8, eKapa

2016-07-01 19:01

Cape Town - Kuboshwe indoda ngokubandakanyeka esigamekweni sokudutshulwa kwengane yentombazane eneminyaka engu-8 ubudala eBishop Lavis.

Le ntombazane ilimale kudutshulwana eKalksteenfontein ngoLwesine.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa osolwa ngokubulala ingane yowayeyintombi

Ngokwe-EWN akucaci noma lokhu kudubula kuhlobene yini nokungezwani kwamaqembu ezingebengu.

Okhulumela amaphoyisa uFrederick van Wyk uthe, "Ingane itholwe inenxeba lokudutshulwa esiswini kanti kuboshwe umsolwa oneminyaka engu-24 ubudala waseBishop Lavsi. Kuvulwe idokodo lokuzama ukubulala, kuyaphenywa."

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.