Kuboshwe otholakale namabhomu nezibhamu eGoli

2017-10-04 16:01

Johannesburg – Amaphoyisa ngoLwesithathu athi abophe owesilisa oneminyaka engu-32 ubudala otholakale namabhomu, yizibhamu ezine ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu eGoli.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Xoli Mbele uthe umsolwa uboshwe ngoLwesibili ekhoneni likaPritchard noNugget Street. 

UMbele uthe amaphoyisa ancinzwe indlebe ngowesilisa obehamba ngemoto yohlobo lwe-Audi A4. Abetshelwe ukuthi owesilisa uphethe izibhamu ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu.

OLUNYE UDABA: Kubulawe 6 kwesokudubula eKZN

Amaphoyisa anikele khona, athola imoto ipake ekhoneni likaPritchard noNugget Street, kodwa bekungekho muntu phakathi. UMbele uthe amaphoyisa alinde waze wabuya umshayeli, nokuthe uma engena phakathi emotweni, aqonda kuyena.

"Aseshe imoto yakhe kwatholakala amabhomu, ama-number plate angombumbayi, imali eno-inki, yizibhamu ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu,” kusho uMbele.

Kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi eGoli maduzane.

 - ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.