Kuboshwe otholakale nezidakamizwa ezingabiza u-R5.2m

2018-03-09 07:30

Johannesburg – Kuboshwe owesilisa ngokutholakala nezidakamizwa ezingabiza u-R5.2 million ngentengo yasemgwaqeni eFlorida eWest Rand.

OKlebe bathi umsolwa ubonakale ngoLwesithathu epaka imoto yakhe ngokushesha, wabe esephuma wayongena kwenye ebonakale isiphuma lapho kupaka ekhona izimoto eFlorida Junction.

OLUNYE UDABA: UMalema ugxeke iphini lenhloko yamajaji

Amaphoyisa ayilandelile imoto nokuholele ekutholakaleni kwezidakamizwa okukholakala ukuthi bezifihlwe emabhokisini.

Okhulumela oKlebe uNdivhuwo Mulamu uthi umsolwa uzovela eNkantolo kaMantshi eRoodepoort ngoLwesihlanu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.