Kuboshwe owakuleli otholakale nezidakamizwa ePanama

2016-08-12 16:00

Johannesburg – Owesifazane waseNingizimu Afrika zimkhalele esikhumulweni sezindiza sasePanama ngemuva kokutholakala nezidakamizwa zohlobo lwe-cocaine ezingu-5kg.

OKlebe bathi owesifazane oneminyaka engu-42 ubudala ubeyogibela ibhanoyi eliya eLisbon ngesikhathi etholakala nezidakamizwa ezingabiza u-R4.5 million.

Funda nalolu daba: Umamezala ungiphendule umqwayizi - Umfelokazi

Okhulumela oKlebe uRobert Netshiunda uthi izidakamizwa bezifihlwe kubhakha kanti ezinye bezithungelwe ezingubeni zakhe.

“Uzovela enkantolo maduzane ngamacala okushushumbisa izidakamizwa. Sizama nezindlela zokumbuyisela eNingizimu Arika.”

 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.