Kuboshwe owesifazane esikhumulweni sezindiza

2016-08-15 19:05

Johannesburg – Izikhulu zeSA Revenue Services zibophe owesifazane obezama ukushushumbisa izidakamizwa ze-cocaine e-OR Tambo International Airport ngeSonto, kusho amaphoyisa.

Owesifazane waseVenezuela, obesuka eBrazil, umiswe waseshwa. Ubezama ukungena kuleli nezidakamizwa ebezifakwe kuma-cigar angu-100, ezinesisindo sika-8kg, ezingabiza u-R2m.

Funda nalolu daba: IChiefs ilaxaze iKapa yakhetha iTheku

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa eSAPS uBernard Matimulane, owesifazane ubesagcinwe esitokisini kanti uzovela enkantolo ngoLwesibili.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.