Kuboshwe owesifazane etholakala nezidakamizwa esikhumulweni sezindiza

2017-11-22 13:59

EGoli -  Owesimame ubanjwe esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International watholakala nezidakamizwa kanye nenye impahla engekho emthethweni.

Lo wesimame oneminyaka engu-38 ubudala uboshwe ngemuva kokuthi amaphoyisa elunywe indlebe ngokuthi kunowesimame olibangise kuleli nezidakamizwa esuka eSão Paulo, eBrazil.

OLUNYE UDABA:Uyavela osolwa ngokushushumbisa izidakamizwa egibele itekisi

“Ngesikhathi umsolwa efika kuleli ngoLwesibili ufike waphekwa ngemibuzo ngaphambi kokuba kuhlolwe impahla yakhe. Kuhlolwe yonke into abeyiphethe kodwa kwangabonakala lutho.

“Uhanjiswe esibhedlela lapho kwenziwe khona i-X-ray kwabonakala ukuthi ugwinye izinto ezingathi yizinhlamvu zesibhamu,” kusho okhulumela amaphoyisa uBrigadier Vishnu Naidoo.

Lezi zinhlamvu zikhishiwe kuye zahanjiswa e-lab ukuba ziyohlolisiswa.

Lo wesimame uzogqunywa esitokisini kuze kube uvele enkantolo, kubika iThe New Age.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.