Kuboshwe owesifazane 'ngokubulala' usana

2017-09-19 12:32

Cape Town – Owesifazane waseMitchells Plain uzovela enkantolo namhlanje ngoLwesibili ngezinsolo zokubulala usana lomfana.

Ingane yomfana itholakale ngaphansi kombhede kuJukskei Street, eBeacon Valley, kusho okhulumela amaphoyisa uFC van Wyk ngoMsombuluko.

Ukuhlolwa kwesidumbu yikhona okuzoveza ukuthi ingane ife kanjani, esho.

OLUNYE UDABA: ICosatu ithi zwe alinamholi - Umbiko

Amaphoyisa akuqinisekisile ukuboshwa kowesifazane, kodwa awazange asho ukuthi ungumama wayo yini ingane.

UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi eWestern Cape uthi uzosebenzisana namaphoyisa uma esenza uphenyo.

"Umama kuthiwa uklinye wabulala ingane yakhe esanda kuzwalwa wayifaka ngaphansi kombhede,” kusho uSihle Ngobese, okhulumela uNgqongqoshe woMnyango, u-Albert Fritz.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.