Kuboshwe owesifazane 'ngokweba' iKit Kat

2018-02-07 09:35

Durban - Kuboshwe owesifazane ngemuva kwezinsolo zokweba oshokoledi iKit Kat, abangu-65 nesikhwama sesikole esitolo esikuWick Street maphakathi nedolobha iVerulam ngoLwesibili.

Kukholakala ukuthi umsolwa, 38, uyingxenye yabantu abeba ezitolo.

Amalungu eReaction Unit South Africa (RUSA)abizelwe kulesi sitolo, kuthe ngesikhathi efika afica umsolwa ephethe ubhakha ogcwele oshokoledi.

OLUNYE UDABA:

"Ngesikhathi umsolwa waseNdwedwe ephoswa imibuzo lukuqinisekisile ukuthi uthathe amabhokisi amabili kashokoledi emashalofini ngasemnyango wesitolo wabe esengena ngaphakathi wabathululela esikhwameni naso asebile," kusho ikhasi likaFacebook leRusa.

Umsolwa ubanjwe ngomunye wabasebenzi besitolo.

"Umsolwa utshele amaphoyisa ukuthi lo shokoledi odayisa u-R10 ngamunye esitolo ubezowudayisa erenki yamatekisi aseVerulam ngemali encane."

Kuzwakale ukuthi umsolwa akaqali ukuboshelwa ukweba ushokoledi.

 - The Mercury

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.