Kuboshwe owesilisa 'ngokudlwengula' umngani wendodakazi eGoli

2017-08-08 11:02

Johannesburg - Kuboshwe indoda eneminyaka engu-39 ubudala ngezinsolo zokudlwengula intombazane, 14, emzini wayo oseKennelworth, endaweni yaseMoffatview, kusho amaphoyisa aseGoli ngoMsombuluko.

UCaptain Xoli Mbele okhulumela amaphoyisa, uthe le ndoda yaboshwa ngomhlaka-5 Agasti.

OLUNYE UDABA:Ugwetshwe 1 535 weminyaka ebhadla ejele umdlwenguli

"Isisulu sasivakashele umngani waso oyingane yomsolwa ngesikhathi sidlwengulwa."

UMbele uthe uphenyo luyaqhubeka.

Le ndoda ilindeleke ukuba ivele eNkantolo yeMantshi yaseGoli, kusho uMbele.


 - ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.