Kuboshwe owesilisa ngodlwengulelwe ehlathini

2017-01-03 11:32

Butterworth – Amaphoyisa aseButterworth abophe owesilisa osolwa ngokubamba owesifazane wamhudulela ehlathini wabe esedlwengulwa, kusho uCaptain Jackson Manatha ngeSonto.

Ukuhlaselwa kowesifazane oneminyaka engu-19 ubudala kwenzeke ngoLwesihlanu ngesikhathi ezipholele ngaphandle kwendlu yakubo eseMahlubini ngaseKei Bridge eButterworth.

Uhudulelwe ehlathini wadlwengulelwa khona.

OLUNYE UDABA: Bafuna anqatshelwe ibheyili umsolwa obulale ingane

Abesilisa ababili abathinteka kulesi sehlakalo.

Amaphoyisa akwazile ukuthola owesilisa oyedwa ngeSonto – oneminyaka engu-19 ubudala – kanti uzovela eNkantolo ngoLwesibili ngecala lokudlwengula.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.