Kuboshwe owesilisa ngokubulala intombi kulandela ingxabano

2016-12-07 19:32

Durban  - Owesilisa usolwa ngokubulala intombi kulandela ukungaboni ngaso linye eShakaskraal, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesithathu.

Lesi sigameko siholele ukuba ibamba lekhomishana yamaphoyisa esifundazweni ukuba linxuse bonke abantu ukuba baqinisekise ukuba izigemegeme ezinje azenzeki.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe umfundisi obulale intombi eyayimgcona ngokungabi yi-blesser

"Sihlezi sithi abangahlukunyezwa abantu besifazane nezingane, kanti labo abasabahlukumeza bazobhekana nengalo yomthetho."

Le ndoda eneminyaka engu-44 ubudala isolwa ngokugwaza owesifazane, 37, ngoLwesibili, kusho okhulumela amaphoyisa uColonel Thembeka Mbhele.

Ngesikhathi amaphoyisa efika endaweni yesigameko, atshelwa ukuthi umsolwa usahlomile.

Amaphoyisa ayiyalela ukuba iphume endlini kodwa yaziba. Kube sekusetshenziswa inja yamaphoyisa ukuze aboshwe umsolwa.

Umsolwa watholwa ephethe ummese.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.